Granadilla Yoghurt Dessert / Idizethi Yeyogathi Yegranadila

Granadilla Yoghurt Dessert

Yinhle kakhulu uma unandisa ehlobo!

 Kwanela abayi-8

 Sebenzisa isitsha sakwa-Tupperware Jel-Ring noma uhlobo oluthandayo olwanela izinkomishi ezi-5 kuya kwezi-6. Ukugwema ukunamathela, geza isitsha sohlobo oluthandayo ngamanzi afakwe amaconsi ambalwa amafutha.

 

Izithako

1 iphakethe likajeli (40g) – wegranadila, ulamula noma uphayinaphu

1 inkomishi yamanzi afudumele

1 ithini (115g) legranadila pulp

1 ithini (385g) ubisi lwekhondensi

¾ inkomishi yeyogathi yegranadila (175 ml tub)

 

Indlela yokwenza

1. Esitsheni esikhulu ncibilikisa ujeli emanzini afudumele.

2. Faka i-pulp yegranadila kanye nobisi lwekhondensi. Kuhlanganise kahle.

3. Gcina ngokufaka iyogathi bese ukuhlanganisa kahle.

4. Thela inhlanganisela esistheni noma esitsheni sikaphudingi.

5. Linda kusethe efrijini okungenani amahora ama-4.

6. Thulula kahle epuletini elanele bese ukunonga ngendlela oyithandayo.

7. Yiphake kanye nokhilimu (fresh cream).

 

Amathiphu

         1. Sebenzisa izitsha ezincane noma isitsha sikaphudingi sengilazi.

         2. Yinhle uma iphakwe nezithelo ozithandayo ezisekanini.

Simply perfect for summer entertaining!

Serves 8

Use a Tupperware Jel-Ring mould or mould of choice with a 5- 6 cup capacity. To prevent sticking rinse the mould out with some water to which a few drops of oil have been added.  


Ingredients

1 packet jelly (40g) – granadilla, lemon or pineapple

1 cup warm water

1 tin (115g) granadilla pulp

1 tin (385g) condensed milk

¾ cup granadilla yoghurt (175 ml tub)

 


Method

 1.   In a large bowl dissolve the jelly in the warm water.

2.   Add the granadilla pulp and condensed milk. Mix well.

3.    Lastly add the yoghurt and mix well.

4.   Pour the mixture into the mould or pudding bowl.

5.   Allow to set in the fridge for at least 4 hours.

6.   Turn out onto a suitably sized plate and garnish as desired.

7.   Serve with fresh cream

 


Tips

1.   Use individual moulds or a glass pudding bowl.

2.    Very good served with canned fruit of choice.